Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 34:3 - IsiZulu 2020

3 Akuyukukhuphuka muntu nawe, futhi makungabonakali muntu entabeni yonke, kungaklabi ngisho izimvu, izimbuzi nezinkomo phambi kwaleyo ntaba.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Akuyikukhuphuka muntu nawe, kungabonakali muntu entabeni yonke, futhi kungaklabi zimvu nazinkomo ngaphambi kwaleyo ntaba.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Makungabikho muntu akhuphuke nawe, futhi kungabonakali muntu kuyo yonke intaba; futhi izimvu nezinkomo zingadli phambi kwaleyo ntaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 34:3
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USimakade wathi kuye: “Yehla, uxwayise abantu bangafohli ukuba babone uSimakade, ngokuba iningi labo liyobhubha.


Akuyukuba bikho muntu ethendeni lokuhlangana kusukela ngesikhathi angena ngaso ukuyokwenza ukubuyisana endaweni engcwele kuze kube yisikhathi aphuma ngaso; esezenzele yena ukubuyisana nendlu yakhe nebandla lonke lakwa-Israyeli.


Ngokuba munye uNkulunkulu, munye nomlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu, ngumuntu uKhristu uJesu,


ngokuba babengenakukuthwala lokho abayalwa ngakho kokuthi: “Ngisho nesilwane, uma sithinta intaba, siyakukhandwa ngamatshe.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka