UEksodusi 23:8 - IsiZulu 20208 “Awuyukwamukela ukufunjathiswa, ngokuba ukudizelwa kuyaziphuphuthekisa izikhulu, bese kuphambanisa nendlela yalabo abahamba ngokulunga. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Awuyikwamukela isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa ababonayo, siphendukezele amazwi olungileyo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Akumelwe namukele noma yisiphi isipho, ngoba isipho siphuphuthekisa abahlakaniphileyo futhi siphendukezela amazwi olungile. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”