UEksodusi 15:21 - IsiZulu 202021 UMiriyamu wahlabelela wathi: “Hlabelelelani uSimakade, ngokuba uphakeme kakhulu, ihhashi nomgibeli walo ukuphonse olwandle.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 UMiriyamu wabaphendula ngokuthi: “Hlabelelani kuJehova, ngokuba uphakeme kakhulu; ihhashi nenkweli yalo ukuphonse elwandle.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202421 UMiriyamu wawaphendula wathi: Hlabelelani inkazimulo yeNkosi, ngoba iphakeme kakhulu; ihhashi nomgibeli walo wakuphonsa olwandle. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.