Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 12:42 - IsiZulu 2020

42 Kwakungubusuku bomlindo uSimakade abakhipha ngabo eGibhithe. Ngalobo busuku abakwa-Israyeli bayogcina umlindelo kaSimakade izizukulwane ngezizukulwane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Kungubusuku obuzakugcinelwa uJehova ngokubakhipha kwakhe ezweni laseGibithe, ngubusuku bukaJehova obuzakugcinwa yibo bonke abantwana bakwa-Israyeli ezizukulwaneni zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kuwubusuku okumelwe bugcinelwe uJehova, ngokuba wabakhipha ezweni laseGibithe; kungubusuku bukaJehova okumelwe bugcinwe kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli ezizukulwaneni zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 12:42
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

owamkhipha u-Israyeli phakathi kwabo, ngokuba umusa wakhe umi phakade,


“ ‘Lolo lusuku luyakuba lusuku lwesikhumbuzo kini, futhi niyakulugubha lube wumkhosi kaSimakade. Zonke izizukulwane ziyakulugcina lube yisimiso saphakade.


Lo mthetho uyakuwugcina ngesikhathi esifaneleyo minyaka yonke.”


UMose wathi kubantu: “Lukhumbuleni lolu lusuku enaphuma ngalo eGibhithe endlini yobugqila, ngokuba uSimakade wanikhipha lapho ngesandla sakhe esinamandla; makungadliwa sinkwa esinemvubelo ngalo.


“Uyowugcina umkhosi wesinkwa esingenamvubelo. Uyakudla isinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa njengoba ngakuyala, ngesikhathi esimisiweyo ngenyanga u-Abibi, ngokuba ngale nyanga waphuma eGibhithe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka