UEksodusi 11:3 - IsiZulu 20203 USimakade wabenzela umusa abantu phambi kwabaseGibhithe. Ngaphezu kwalokho uMose uqobo wayeyindoda eqavileyo eGibhithe, naphambi kwezinceku zikaFaro, naphambi kwabantu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UJehova wabapha abantu umusa emehlweni abaseGibithe. Futhi lowo muntu uMose wayemkhulu kakhulu ezweni laseGibithe emehlweni ezinceku zikaFaro nasemehlweni abantu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 INkosi yasibanika abantu umusa emehlweni amaGibhithe. Lowo muntu uMose wayemkhulu kakhulu ezweni laseGibithe emehlweni ezinceku zikaFaro nasemehlweni abantu. Uka jalj uñjjattʼäta |