Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 10:25 - IsiZulu 2020

25 UMose wathi: “Uyakusinika yini imihlatshelo neminikelo yokushiswa esiyoyinikela kuSimakade uNkulunkulu wethu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Wathi uMose: “Wonikela esandleni sethu imihlatshelo neminikelo yokushiswa, ukuze sihlabele uJehova uNkulunkulu wethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wayesethi uMose: “Futhi kumelwe usinike iminikelo yokushiswa neminikelo yokushiswa, ukuze sinikele ngayo kuJehova uNkulunkulu wethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 10:25
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNowa wakhela uSimakade i-althare, wathatha kuzo zonke izilwane nezinyoni ezihlanzekileyo ngezinhlobo zazo, wenza ngazo umnikelo wokushiswa kulelo althare ayelakhile.


UFaro wabiza uMose, wathi kuye: “Hambani niyokhonza uSimakade, kusale kuphela izimvu, izimbuzi, nezinkomo zenu; hambani ngisho nabantwana benu imbala.”


Imfuyo yethu siyakuhamba nayo, akuyukusala ngisho nenselo eyodwa, ngokuba siyakuthatha kuyo ukuze sikhonze ngayo uSimakade uNkulunkulu wethu, futhi-ke ngeke sazi ukuthi siyomkhonza ngani uSimakade, singakafiki lapho.”


Niyakungakhela i-althare ngomhlabathi, nenze phezu kwalo imihlatshelo yokushishwa neyokuthula, ngezimvu nezinkomo zenu, kuzo zonke izindawo lapho ngenza khona ukuba igama lami likhunjulwe, ngiyakuza nginibusise.


U-Aroni uyonikela ngempongo edliwe wunkatho lukaSimakade, ibe ngumnikelo wesono.


U-Aroni waphakamisela izandla zakhe phezu kwabantu, wababusisa; wayesehla lapho ayekade enikela khona ngomnikelo wesono, nangomnikelo wokushiswa, nangeminikelo yokuthula.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka