UEksodusi 10:23 - IsiZulu 202023 Abantu babengakwazi ukubonana, akekho owakwazi ukusuka endaweni yakhe izinsuku ezintathu, kodwa kubo bonke abantu bakwa-Israyeli kwakunokukhanya lapho babehlala khona. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Ababonananga; akusukanga muntu endaweni yakhe izinsuku zaze zaba ntathu; kepha kubo bonke abantwana bakwa-Israyeli kwakukhona ukukhanya emakhaya abo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202423 Ababonananga, futhi izinsuku ezintathu akuvukanga muntu endaweni yakhe yokuhlala, kepha bonke abantwana bakwa-Israyeli kwakukhona ukukhanya ezindaweni zabo zokuhlala. Uka jalj uñjjattʼäta |