Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 10:19 - IsiZulu 2020

19 USimakade wayesewuguqula umoya waba ngumoya onamandla wasentshonalanga, waphephula isikhonyane wasithela oLwandle Lomhlanga, kwangasala nayinye intethe eGibhithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 UJehova wayesewuphendula umoya waba ngowasentshonalanga onamandla amakhulu; wona wasusa isikhonyane, wasilahla eLwandle Olubomvu; akwasala sikhonyane nesisodwa ezweni lonke laseGibithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 INkosi yasiphendukisa umoya wasentshonalanga onamandla amakhulu, owasusa isikhonyane, wasijikijela oLwandle lweSikefe; akwasala sikhonyane nesisodwa kuzo zonke izifunda zaseGibithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 10:19
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Njengethunzi eselilide ngiyashabalala, ngipheshulwa njengesikhonyane.


Waphuma phambi kukaFaro, wakhuleka kuSimakade.


Kepha uSimakade wayenza lukhuni inhliziyo kaFaro, akabavumelanga abantu bakwa-Israyeli ukuba bahambe.


UNkulunkulu wenza ukuba abantu bahambe ngendlela ethathelayo yasehlane ebheke oLwandle Lomhlanga. Abantu bakwa-Israyeli baphuma eGibhithe bezilungiselele impi.


Izinqola zikaFaro nempi yakhe ukuphonse olwandle; izikhulu zakhe ezikhethekileyo uziminzise oLwandle Lomhlanga.


Ngiyakuyidudulela kude nani impi yasenyakatho, ngiyixoshele ezweni eligagadekile neliyincithakalo, ubuso bayo bubheke ngasolwandle empumalanga, ingemuva layo lifulathele ngasolwandle entshonalanga, ukunuka kwayo kukhuphuke, kwenyuke nephunga layo elibi, ngokuba wenze izinto ezinkulu.


Ngokukholwa, badabula uLwandle Olubomvu kungathi bahamba emhlabathini owomileyo, okwathi lapho abaseGibhithe bezama ukuwela, baminza.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka