Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 33:24 - IsiZulu 2020

24 “Ngo-Asheri wathi: ‘Ubusisiwe u-Asheri ngaphezu kwabafowabo, makafumane umusa kubafowabo, unyawo lwakhe alucwilise emafutheni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngo-Asheri wathi: “U-Asheri makabusiswe phezu kwabantwana, amukeleke kubafowabo, acwilise unyawo lwakhe emafutheni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngo-Asheri wathi: “U-Asheri makabusiswe ngabantwana; makathandeke kubafowabo, agcobhoze unyawo lwakhe emafutheni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 33:24
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“U-Asheri uyokudla okunonileyo, akhiqize ukudla okufanele amakhosi.


lapho izinyathelo zami zazigezwa ezaqheqheni, nedwala elaliseduze kwami lalingithelela imifula yamafutha.


Manibe ngababusisiweyo bakaSimakade, uMdali wezulu nomhlaba.


Umkakho uyakuba njengomvini othelayo emzini wakho, abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo, bahlale bazungeze itafula lakho.


ubone abantwana babantwana bakho. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.


Makungasali lutho lwalo kuze kuse, okuyosala kuze kube sekuseni niyokushisa ngomlilo.


Wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko ezamehlelayo, wamupha umusa nokuhlakanipha phambi kukaFaro, iNkosi yaseGibhithe. UFaro wambeka ukuba abe ngumbusi eGibhithe nakuyo yonke indlu yakhe.


lowo okhonza uKhristu kulokhu, uyathandeka kuNkulunkulu, uyancomeka nakubantu.


ukuze ngiphephe engozini kulabo abangakholwayo baseJudiya nokuba inkonzo yami eJerusalema yamukeleke kwabangcwele,


Yileso-ke isabelo sesizwana sabozalo luka-Asheri ngemindeni yaso, nemizi nemizana yayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka