UDuteronomi 32:7 - IsiZulu 20207 “Khumbula izinsuku zasendulo, ubheke iminyaka yezizukulwane ngezizukulwane; buza kuyihlo, uyakukulandisa, nezingwevu zizokutshela. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “Khumbula izinsuku zasendulo, ubheke iminyaka yezizukulwane ngezizukulwane; buza kuyihlo, uyakukulandisa, nasemalungeni akho, akutshele. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Khumbulani izinsuku zasendulo, nibheke iminyaka yezizukulwane ngezizukulwane; buza uyihlo, uzakukutshela; abadala bakho, futhi bayokutshela. Uka jalj uñjjattʼäta |
UGideyoni wathi kuyo: “Kodwa mnumzane, uma uSimakade enathi, kungani kwenzeke konke lokhu kithi, na? Ziphi zonke izenzo zakhe ezimangalisayo, okhokho bethu abasixoxela ngazo, bethi: ‘Akazange yini uSimakade asikhuphule eGibhithe, na?’ Kepha manje uSimakade usilahlile, wasinikela esandleni sabakwaMidiyani.”