Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 28:57 - IsiZulu 2020

57 umzanyana ophuma phakathi kwemilenze yakhe, nabantwana bakhe ayokubazala, ngokuba uyakubadla ngasese ngenxa yokuswela kwakhe lapho evinjezelwe, exinwe yizitha zakhe kuwo wonke amasango akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

57 nakumzanyama wakhe ophuma phakathi kwezinyawo zakhe, nakubantwana bakhe ayakubazala, ngokuba uyakubadla ngasese ekusweleni kwakhe ekuvinjezelweni nasekuxinekeni eziyakukuxina ngakho izitha zakho kuwo onke amasango akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

57 Nomncane wakhe ophumela phakathi kwezinyawo zakhe, nabantwana bakhe abayakubazala; ngoba iyobadla ngasese ngokuswela kwakho konke ekuvinjezelweni nasekucindezelweni isitha sakho esiyakukucindezela ngakho emasangweni akho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 28:57
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Intonga yobukhosi ngeke isuke kuJuda, nodondolo lombuso ngeke lugudluzwe phakathi kwezinyawo zakhe, kuze kufike lowo ubukhosi obungobakhe; nezizwe ziyakumlalela.


Yayisithi inkosi kuye: “Siyini isikhalo sakho na?” Wathi: “Lo wesifazane wathi kimi: ‘Sinike indodana yakho ukuba siyidle namuhla, eyami indodana siyakuyidla kusasa.’


“Ngakho-ke sayipheka indodana yami, sayidla; ngase ngithi kuye ngosuku olulandelayo: ‘Sinike indodana yakho ukuba siyidle;’ wayeyifihlile indodana yakhe.”


“Owesifazane angakhohlwa yini ngumntwana wakhe oncelayo, angabi naluzwelo endodaneni ayizalayo na? Yebo, bona bangakhohlwa, kodwa Mina angiyukukukhohlwa wena.


Ngesikhathi sokuvinjezelwa nokuchithwa kwabantu bami, izandla zabesifazane ababekade benozwelo, zapheka izingane zabo, zaba ngukudla.


“Uyakudla isithelo sesibeletho sakho, inyama yamadodana akho neyamadodakazi akho, uSimakade uNkulunkulu wakho akunike wona ekuvinjezelweni nasekuhlaselweni, izitha zakho eziyakukuhlasela ngakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka