UDuteronomi 21:23 - IsiZulu 202023 Isidumbu sakhe asiyukuhlala ubusuku bonke emthini, kodwa uyomngcwaba impela ngalolo lusuku, ukuze isiqalekiso sikaNkulunkulu sibe phezu kophanyekiweyo, ungalingcolisi izwe lakini uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba libe yifa lakho.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 isidumbu sakhe asiyikuhlala bonke ubusuku emthini, kepha wommbela nokummbela ngalona lolo suku, ngokuba ophanyekiweyo uqalekisiwe nguNkulunkulu, ukuba ungalingcolisi izwe lakini akunika lona uJehova uNkulunkulu wakho libe yifa lakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202423 Isidumbu sakhe akumelwe sihlale esihlahleni ubusuku bonke, kodwa kumelwe umngcwabe ngalolo suku; (ngokuba olengiswayo uqalekisiwe nguNkulunkulu;) ukuze lingangcoliswa izwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho. Uka jalj uñjjattʼäta |