UDuteronomi 2:12 - IsiZulu 202012 AmaHori ayehlala lapho eSeyiri kuqala, ephucwa izwe lawo, abhujiswa phambi kwabo ngabozalo luka-Esawu, kwaba yibo abakha endaweni yawo, njengoba no-Israyeli enza ezweni eliyifa lakhe, aliphiwa nguSimakade. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 AmaHori nawo ayehlala eSeyiri kuqala, kepha abantwana bakwa-Esawu bawaxosha, bawachitha phambi kwabo, bakha esikhundleni sawo njengalokho u-Israyeli enza kulo izwe elaliyifa lakhe, aphiwe lona nguJehova. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202412 AmaHori ahlala eSeyiri kuqala; kepha abantwana bakwa-Esawu babalandela, babachitha phambi kwabo, bahamba bahlala endaweni yabo; njengalokho u-Israyeli enza ezweni lefa lakhe uJehova abanika lona. Uka jalj uñjjattʼäta |