UDuteronomi 19:3 - IsiZulu 20203 Uyolungisa indlela, wehlukanise kathathu izifunda zezwe lakini uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba libe yifa, ukuze bonke ababulali babalekele lapho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Uyakuyilungisa indlela, wahlukanise kathathu imikhawulo yezwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle, ukuze bonke ababulali babalekele khona. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Kumelwe uzilungisele indlela, wahlukanisele imikhawulo yezwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa libe izingxenye ezintathu, ukuze kuthi noma ubani onqotshiweyo abalekele khona. Uka jalj uñjjattʼäta |