UDuteronomi 19:10 - IsiZulu 202010 ukuze igazi lomuntu ongenacala lingachithwa phakathi kwezwe lakini uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba libe yifa lakho, ngaphandle kwalokho, uyothwala icala legazi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 ukuba igazi elingenacala lingachithwa phakathi kwezwe lakini akunika lona uJehova uNkulunkulu wakho libe yifa lakho, bese kuba yigazi phezu kwakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Ukuze kungachithwa igazi elingenacala ezweni lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho, kube phezu kwakho igazi. Uka jalj uñjjattʼäta |