UDuteronomi 18:18 - IsiZulu 202018 Ngizobavusela umphrofethi onjengawe phakathi kwabafowabo, ngibeke amazwi ami emlonyeni wakhe, uyobatshela konke engimyala ngakho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ngiyakubavusela umprofethi onjengawe phakathi kwabafowabo, ngibeke amazwi ami emlonyeni wakhe, akhulume kubo konke engimyala ngakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202418 Ngiyakubavusela umprofethi phakathi kwabafowabo onjengawe, ngibeke amazwi ami emlonyeni wakhe; futhi uyokhuluma kubo konke engimyala ngakho. Uka jalj uñjjattʼäta |