UDuteronomi 14:21 - IsiZulu 202021 “Aniyukuyidla ingcuba; aniyukumnika umfokazi osemzini wenu ukuba ayidle, noma nithengise ngayo kowezizwe, ngokuba nina niyisizwe esingcwele kuSimakade uNkulunkulu wenu. Aniyukupheka izinyane lembuzi ngobisi lukanina.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 “Aniyikudla lutho lwengcuba; ungamnika umfokazi ophakathi kwamasango akho ukuba akudle, noma uthengise ngakho kowezizwe, ngokuba wena uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho. Awuyikupheka izinyane lembuzi obisini lukanina. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202421 Akumelwe nidle noma yini ezifelayo yodwa; wolinika umfokazi ophakathi kwamasango akho, alidle; noma ungathengisa ngayo kowezizwe, ngokuba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho. Ungase ungaliboni izinyane obisini lukanina. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngezwa umuntu owayembethe ilineni, ephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nengxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.