Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 14:10 - IsiZulu 2020

10 Kepha zonke ezingenawo amaphiko nezingcwecwe aniyukuzidla; zingcolile kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 zonke ezingenamaphiko nazingcwecwe ningezidle; zingcolile kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Futhi konke okungenamaphiko namazing aniyikudla; ingcolile kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 14:10
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha zonke ezingenazigwedlo namazenga ezisolwandle nasemifuleni, nazo zonke ezitshuza emanzini, nakho konke okuphila emanzini kungamanyala kini.


Uma umuntu ethinta into engcolileyo, ukungcola komuntu, noma isilwane esingcolileyo, noma into engcolileyo, enengekayo, bese edla inyama yomhlatshelo weminikelo yokuthula kaSimakade, lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo.’ ”


“Niyodla zonke izinyoni ezihlambulukileyo.


“Kuzo zonke ezisemanzini, nazi eniyozidla: zonke ezinamaphiko nezingcwecwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka