Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 11:19 - IsiZulu 2020

19 Niyakuwafundisa abantwana benu, ngokukhuluma ngawo, lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Niyakuwafundisa abantwana benu, ukhulume ngawo, lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kumelwe uzifundise izingane zakho ngokukhuluma ngazo lapho uhlezi endlini yakho nalapho uhamba endleleni nalapho ulala nalapho uvuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 11:19
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bona abayukukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo na?


Wozani bantwana, lalelani kimi, ngizonifundisa ukwesaba uSimakade.


Asiyukubafihlela zona abantwana babo, kodwa siyotshela izizukulwane izibongo zikaSimakade, amandla akhe nemisebenzi emangalisayo ayenzileyo.


Ndodana yami, uma ulalela amazwi ami, ugcine imithetho yami,


Khulisa umntwana ngendlela eyakuba ngeyakhe; kuyakuthi lapho esekhulile angasuki kuyo.


Abaphilayo, abaphilayo bayakubonga njengami namuhla; oyise bayabazisa abantwana ngokuthembeka kwakho.


Nani boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.


wathi kubo: “Agcineni enhliziyweni yenu wonke lawa mazwi enginixwayisa ngawo namuhla, niyale ngawo abantwana benu, ukuze baqikelele ukuwenza wonke amazwi alo mthetho.


Ubafundise wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni; lapho ulala, nalapho uvuka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka