UDaniyeli 7:7 - IsiZulu 20207 “Emveni kwalokho ngabona emibonweni ebusuku; bheka, isilo sesine, esesabekayo, sinamandla, siqinile kakhulu, sinamazinyo amakhulu ensimbi, sadla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo zaso. Sasehlukile kuzo zonke izilo ezazingaphambi kwaso sinezimpondo ezilishumi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “Emva kwalokho ngabona emibonweni ebusuku; bheka, isilo sesine, esesabekayo, sinamandla, siqinile kakhulu; sasinamazinyo amakhulu ensimbi, sadla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo zaso; sahlukile kuzo zonke izilo ezazingaphambi kwaso; sasinezimpondo eziyishumi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Emva kwalokho ngabona emibonweni yasebusuku, bheka, kwakukhona isilo sesine, esesabekayo, esesabekayo, nesinamandla kakhulu; futhi yayinamazinyo amakhulu ensimbi; ladla, laphuka, lanyathela insali ngezidladla zalo; yayinezimpondo eziyishumi. Uka jalj uñjjattʼäta |