UDaniyeli 7:11 - IsiZulu 202011 “Ngabheka ngaleso sikhathi ngenxa yomsindo omkhulu wamazwi ayekhulunywa luphondo. Ngabuka saze sabulawa isilo umzimba waso wabhujiswa, saphonswa emlilweni ovuthayo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 “Ngabheka ngaleso sikhathi ngenxa yenhlokomo yamazwi amakhulu akhulunywa luphondo; ngabheka saze sahlatshwa isilo, wachithwa umzimba waso, sanikelwa ukuba sishiswe ngomlilo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202411 Ngase ngibona ngenxa yezwi lamazwi amakhulu uphondo olwawakhulumayo: Ngabona kwaze kwabulawa isilo, nomzimba waso wachithwa, wanikelwa emlilweni ovuthayo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi, bahlala kuzo, banikwa amandla okwahlulela. Ngabona imiphefumulo yalabo ababenqunywe amakhanda ngenxa yobufakazi ngoJesu, nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nasemfanekisweni waso, nabangalwemukelanga uphawu lwaso emabunzini abo nasezandleni zabo. Baphila babusa noKhristu iminyaka eyinkulungwane.