UDaniyeli 7:1 - IsiZulu 20201 Kwathi ngonyaka wokuqala wokubusa kukaBhelishazari, inkosi yaseBhabhele, uDaniyeli waphupha iphupho, wabona nemibono emqondweni wakhe elele embhedeni wakhe, waliloba iphupho, walanda ngengqikithi yalo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngomnyaka wokuqala kaBelishasari, inkosi yaseBabele, uDaniyeli wabona iphupho nemibono yekhanda lakhe embhedeni wakhe, waliloba iphupho, walanda inhloko yezindaba. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 Ngomnyaka wokuqala kaBelishasari inkosi yaseBabele uDaniyeli waba nephupho nemibono yekhanda lakhe embhedeni wakhe; wayesebhala phansi iphupho, walandisa ingqikithi yezindaba. Uka jalj uñjjattʼäta |