UDaniyeli 6:22 - IsiZulu 202022 UNkulunkulu wami uthumele ingelosi yakhe, yavala imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwatholakala ukuthi ngimsulwa phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angikwenzanga okubi.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE22 UNkulunkulu uthumile ingelosi yakhe, wavimba imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwafunyanwa kimi ukungabi nacala phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202422 UNkulunkulu wami uthumile ingelosi yakhe, yavala imilomo yamabhubesi, ukuze angangilimazanga, ngokuba kutholwe kimi ngingenacala phambi kwakhe; futhi phambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bonke omengameli bombuso, ababusi, izikhulu, abomkhandlu, nezinduna babonisene ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo kunoma yimuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingama-30, ngaphandle kwakho nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.