UDaniyeli 4:9 - IsiZulu 20209 “Bhelitheshazari, wena nduna yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wonkulunkulu abangcwele ukuwe nokuthi awukhathazwa mfihlakalo, ngitshele imibono yephupho lami engilibonileyo nencazelo yalo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 “Beliteshasari, wena nduna yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe nokuthi awukhathazwa mfihlakalo, ngitshele imibono yephupho lami engilibonileyo nencazo yalo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Belitshazari, nkosi yezanusi, ngokuba ngiyazi ukuthi umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe, nokuthi akukho mfihlakalo ekukhathazayo, ngitshele imibono yephupho lami engalibonayo kanye nencazelo yalo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kukhona embusweni wakho umuntu okukuye umoya wonkulunkulu abangcwele; okwathi ngezinsuku zikayihlo kwafunyanwa kuye ukukhanya, ukuqonda, nokuhlakanipha okufana nokuhlakanipha kwawonkulunkulu. Inkosi uNebukhadinezari, uyihlo, yambeka waba yinduna yezanusi, eyabathwebulayo, eyamaKhaledi, neyabahlola imihlola, yebo, nkosi, uyihlo,