UDaniyeli 4:7 - IsiZulu 20207 Kwase kufika izanusi, abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola, ngabatshela iphupho, kodwa bahluleka ukungichazela lona. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Zase zifika izanusi, nabathwebulayo, namaKaledi, nabahlola imihlola, ngabatshela iphupho, kepha abangazisanga incazelo yalo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Zase zingena izanusi, nabahlola izinkanyezi, namaKaledi, nabahlola imihlola, ngabatshela iphupho; kepha abangazisanga incazelo yako. Uka jalj uñjjattʼäta |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”