UDaniyeli 4:31 - IsiZulu 202031 Kwathi nje izwi lisesemlonyeni wenkosi, kwase kwehla ezulwini izwi, lithi: “We nkosi Nebukhadinezari, kukhulunyiwe kuwe kwathiwa: umbuso usukile kuwe; Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE31 Izwi lisesemlonyeni wenkosi, kwehla ezulwini izwi, lithi: “We nkosi Nebukadinesari, kukhulunyiwe kuwe ukuthi: Umbuso usukile kuwe; Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202431 Kwathi leli zwi lisesemlonyeni wenkosi, kwawa izwi ezulwini, lathi: “Kukhulunyiwe kuwe, nkosi Nebukadinesari; Umbuso umukile kuwe. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngezwa umuntu owayembethe ilineni, ephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nengxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.