UDaniyeli 4:23 - IsiZulu 202023 “Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla evela ezulwini, ethi: ‘Gawula isihlahla, usibhubhise, kodwa ushiye isiqu sezimpande zaso emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi otshanini basendle, simanziswe ngamazolo ezulu; isabelo saso sinesezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso.’ Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 “Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla ezulwini, ethi: ‘Gawula umuthi, uwuchithe, kepha shiya isiqu sezimpande zawo emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi, ohlazeni lwasendle, simanziswe ngamazolo ezulu, isabelo saso sibe nezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso,’ Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202423 Futhi inkosi yabona umlindi kanye nongcwele ehla evela ezulwini futhi yathi: Gawulani isihlahla futhi nisibhubhise; shiyani isiphunzi sezimpande zawo emhlabathini, ngebhande lensimbi nelethusi, otshanini obuthambileyo basendle; malimanziswe ngamazolo ezulu, libe phakathi kwezilwane zasendle, kudlule phezu kwalo izikhathi eziyisikhombisa; Uka jalj uñjjattʼäta |