UDaniyeli 4:16 - IsiZulu 202016 Inhliziyo yakhe iyakuguqulwa ingabi ngeyomuntu, aphiwe inhliziyo yesilwane, kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 inhliziyo yakhe iyakuguqulwa ingabi ngeyomuntu, aphiwe inhliziyo yesilwane, kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwakhe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202416 Inhliziyo yakhe mayiguqulwe ingabi ngeyomuntu, anikwe inhliziyo yesilwane; nidlule phezu kwakhe kasikhombisa. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngezwa umuntu owayembethe ilineni, ephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nengxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.
“Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla evela ezulwini, ethi: ‘Gawula isihlahla, usibhubhise, kodwa ushiye isiqu sezimpande zaso emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi otshanini basendle, simanziswe ngamazolo ezulu; isabelo saso sinesezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso.’