UDaniyeli 4:14 - IsiZulu 202014 Wamemeza kakhulu, esho kanje, ethi: ‘Gawula isihlahla, unqume amagatsha aso, uvuthulule amaqabunga aso, uhlakaze izithelo zaso. Izilwane mazisuke phansi kwaso, nezinyoni emagatsheni aso. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wamemeza ngamandla, washo kanje, wathi: ‘Gawula umuthi, unqume amagatsha awo, uvuthulule amaqabunga awo, uhlakaze izithelo zawo; izilwane mazisuke phansi kwawo, nezinyoni emagatsheni awo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202414 Wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Gawulani umuthi, ninqume amagatsha awo, niwasuse amaqabunga, nihlakaze izithelo zawo; izilwane maziphume ngaphansi kwawo, nezinyoni emagatsheni awo. Uka jalj uñjjattʼäta |
“Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla evela ezulwini, ethi: ‘Gawula isihlahla, usibhubhise, kodwa ushiye isiqu sezimpande zaso emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi otshanini basendle, simanziswe ngamazolo ezulu; isabelo saso sinesezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso.’