Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 4:11 - IsiZulu 2020

11 Isihlahla sakhula, saqina, ubude baso babufinyelela ezulwini, sibonakala emhlabeni wonke jikelele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umuthi wakhula, waqina, ubude bawo bafinyelela ezulwini nokubonakala kwawo kwaze kwaba sekugcineni komhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umuthi wakhula waba namandla, ukuphakama kwawo kwafinyelela ezulwini, nobuso bawo emikhawulweni yomhlaba wonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 4:11
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base bethi: “Wozani sizakhele isithabathaba somuzi onombhoshongo omude ofinyelela esibhakabhakeni, ukuze ngawo sizakhele igama emhlabeni, singahlakazeki nezwe lonke!”


Abafokazi bezizwe ezinonya, bawunqumile, base bewushiya. Amagatsha awo awele ezintabeni nasezigodini, kwathi amagatsha awo aphukela kuyo yonke imifudlana yezwe, futhi bonke abantu basukile emthunzini wawo, bawushiya kanjalo.


Ngalokho-ke isiqu sawo sasiphakeme kunayo yonke imithi yasendle; amagatsha awo aba makhulu, namagatsha awo enaba ngenxa yamanzi amaningi.


Nawe Khaphernawume, uthi kambe uyakuphakanyiselwa ezulwini na? Phinde, uyakwehliselwa eHayidesi, ngokuba, ukuba imisebenzi yamandla eyenziwe kuwe yayenziwe eSodoma, ngabe lisekhona nanamuhla.


“Yizwa Israyeli: uzakuwela iJordani namuhla, ungene ukuba wephuce izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu nebiyelwe kuze kube sezulwini,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka