UDaniyeli 11:6 - IsiZulu 20206 Ngasekupheleni kweminyaka bayakuhlangana, kufike indodakazi yenkosi yaseningizimu enkosini yasenyakatho ukwenza isivumelwano, kepha ayiyikugcina amandla engalo, nayo inkosi ayiyikuma nengalo yayo, kodwa iyakunikelwa nabayilethayo, nowayizalayo, nowayisizayo ngalezo zikhathi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngasekupheleni kweminyaka bayakuhlangana, kufike indodakazi yenkosi yaseningizimu enkosini yasenyakatho ukwenza isivumelwano; kepha ayiyikugcina amandla engalo, nayo inkosi ayiyikuma nengalo yayo, kodwa iyakunikelwa nabayilethayo, nowayizalayo, nowayisizayo ngalezo zikhathi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Futhi ekupheleni kweminyaka bayobutha; ngoba indodakazi yenkosi yaseningizimu iyakuza enkosini yasenyakatho ukwenza isivumelwano; kepha akayikuwagcina amandla ompofu; futhi yena ngeke ame, noma ingalo yakhe, kodwa uyonikelwa, futhi labo abamlethayo nabamzalayo, futhi lowo owamqinisa ngalezi zikhathi. Uka jalj uñjjattʼäta |