Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:2 - IsiZulu 2020

2 Amazinyo akho afana nomhlambi wezimvukazi ezisanda kugundwa, zikhuphuka zivela kogezwa, zonke zinamaphahla, kungekho neyodwa efelweyo kuzo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Amazinyo akho anjengomhlambi wezimvukazi ezisand' ukugundwa, ezikhuphuka zigeziwe, zinamawele zonke, kungekho neyodwa phakathi kwazo efelweyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Amazinyo akho anjengomhlambi wezimvu ezigundiweyo, ezikhuphuka zigezwa; ngalinye lizala amawele, futhi akekho oyinyumba phakathi kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:2
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ezweni lakini akekho owesifazane oyophuphunyelwa yisisu, noma oyoba yinyumba. Ngiyokupha impilo ende.


Uyazi, umuhle sithandwa sami! Uyazi, umuhle! Amehlo akho angamajuba ngale kwemvakazi yakho. Izinwele zakho zifana nomhlambi wezimbuzi wehla entabeni yakwaGileyadi.


Izindebe zomlomo wakho zifana nomucu obomvu, umlomo wakho muhle, ufana nocezu lwehananadi, ngale kwemvakazi yakho.


Amazinyo akho afana nomhlambi wezimvukazi zikhuphuka kade zigezwa, zinamaphahla, kungekho neyodwa efelweyo kuzo.


Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; amazwi akho aba ngukujabula kimi, nokuthokoza kwenhliziyo yami, ngokuba ngibizwa ngegama lakho, Simakade Nkulunkulu Wamabandla.


Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, nikwenzelwe.


Ngenxa yalokhu, nathi sibonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba nithe ukulamukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengoba liyizwi likaNkulunkulu isibili, elisebenza kini nina enikholwayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka