Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Obadiya 1:6 - IsiZulu 2020

6 Maye, ngokuphundlwa kuka-Esawu, nokuvundululwa komcebo wakhe obufihliwe!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Yeka ukufunisiswa kuka-Esawu, yeka ukuphenywa kwamagugu akhe afihliweyo!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yeka ukuthi ziphenyisiswa kanjani izinto zika-Esawu! zihlolisiswa njani izinto zakhe ezifihliweyo!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Obadiya 1:6
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wena Simakade ungihlolisisile, uyangazi.


Abantwana babo bayophohlozwa bebuka, izindlu zabo ziphangwe, omkabo badlwengulwe.


Ngiyakukunika ingcebo yobumnyama, nemfuyo ethukusiweyo ezindaweni ezifihlakeleyo, ukuba wazi ukuthi nginguSimakade okubiza ngegama lakho, uNkulunkulu ka-Israyeli.


Kepha Mina, ngizomhlubula u-Esawu, ngambule izindawo zakhe ezifihlekile akayukukwazi ukucasha; izizukulwane zakhe, izihlobo zakhe, nomakhelwane bakhe bayakubhujiswa, baphele nya.


Inkemba ifike phezu kwamahhashi alo, izinqola zalo, naphezu kwayo yonke ingxubevange yabantu ekulo, babe njengabesifazane; inkemba ifike phezu kwengcebo yalo, ize iphangwe.


uyambula okujulileyo nokufihlakeleyo; uyazi okusebumnyameni, nokukhanya kuhlezi kuye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka