Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 9:42 - IsiZulu 2020

42 “Nalowo okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa kimi, kuyakuba ngcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, aphonswe olwandle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Nalowo okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwayo kungangcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, aphonswe elwandle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Noma ngubani okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe lokuchola ligaxwe entanyeni yakhe, aphonswe olwandle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Noma ngubani okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe lokuchola ligaxwe entanyeni yakhe, aphonswe olwandle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 9:42
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha-ke ukuze singabakhubekisi, hamba uye olwandle, uphonse udobo, uthathe inhlanzi eyakubanjwa kuqala; kuyakuthi lapho usuyivule umlomo, ufumane imali; yithathe, ubanike yona, uthelele Mina nawe.”


Qaphelani ukuba ningadeleli namunye kulaba abancinyane, ngokuba ngithi kini: izingelosi zabo ezulwini zibubona njalo ubuso bukaBaba osezulwini.


“Kepha okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe elikhulu lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, azikiswe ekujuleni kolwandle.


Wawela phansi emhlabathini, wezwa izwi lithi kuye: “Sawula, Sawula, ungihluphelani na?”


Ngakho masingabe sisehlulelana, kodwa kunalokho nqumani ukuthi akukho mzalwane oyakuba yisithiyo noma ugibe.


Kepha njengalokhu kulotshiwe ukuthi: “Abangatshelwanga ngaye, bayakubona; nabangezwanga, bayakuqonda.”


Ngiyanincenga, bazalwane, ukuba nibaqaphele abadala ukwahlukana nabaphazamisa imfundiso enafundiswa yona, nihlukane nabo,


Asibekeli muntu isikhubekiso, funa inkonzo yethu igxekwe.


ukuba nikwazi ukukhetha okusemqoka, ukuze nibe mhlophe, futhi ningabi nasici osukwini lukaKhristu;


Ngakho-ke ngiyabayala abafelokazi abasebasha ukuba bagane, bazale izingane, banakekele indlu yabo, ukuze bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.


Abaningi bayakulandela amanyala abo adluleleyo, ngokuba ngenxa yabo indlela yeqiniso iyakuhlanjalazwa,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka