Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 5:3 - IsiZulu 2020

3 Lowo muntu wayesehlala emathuneni, kungasekho muntu owayengambopha ngeketango,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wayehlala emathuneni, kungasekho muntu ongambopha nangeketanga;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 owayehlala emangcwabeni; futhi kwakungekho muntu owayengayibopha, cha, nangamaketanga;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Owayehlala emangcwabeni; futhi kwakungekho muntu owayengayibopha, cha, nangamaketanga;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 5:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

abahlala emathuneni, balale ezindaweni ezisithekileyo, abadla inyama yezingulube, benomhluzi wezinto ezinengekayo ezitsheni zabo,


Kwathi lapho esephumile esikebheni, wahlangana masinyane nomuntu ovela emathuneni, onomoya ongcolileyo.


ngokuba wayeseboshwe kaningi ngozankosi nangamaketango, kodwa ewagqabula amaketango, futhi ephule nozankosi. Kwakungekho noyedwa owayenamandla okumthambisa.


ngokuba uJesu wayesewuyalile lo moya omubi ukuba uphume kulo muntu. Izikhathi eziningi, lo moya wawusumbambe kaningana, kwale noma eseboshwe ngozankosi nangamaketango ezinyaweni, eqashelwe. Wayezigqabula izibopho; wayeqhutshwa yilawo madimoni, amuyise ehlane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka