Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 2:27 - IsiZulu 2020

27 UJesu wayesethi kubo: “Isabatha lenzelwa umuntu, umuntu akenzelwanga isabatha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Wayesethi kubo: “Isabatha lenzelwa umuntu, umuntu akenzelwanga isabatha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Wasesithi kubo: Isabatha lenzelwa umuntu, umuntu kasenzelwanga isabatha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wasesithi kubo: Isabatha lenzelwa umuntu, umuntu kasenzelwanga isabatha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 2:27
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Uyakusebenza izinsuku eziyisithupha, uphumule ngosuku lwesikhombisa, ukuze inkabi yakho, nembongolo yakho kuphumule, nesigqila esizalelwe kwakho, nogogobele kwakho bahlunyelelwe.


“Uma uzinqanda ekungcoliseni isabatha, ungenzi umsebenzi wakho ngosuku lwami olungcwele; isabatha ulibize ngokuthi yintokozo, nosuku olungcwele lukaSimakade ngokuthi luhloniphekile, uluhloniphe; ungahambi ngezindlela zakho, wenza okuthandwa nguwe noma imisebenzi yakho,


Ngabanika futhi amasabatha ami ukuba abe yisibonakaliso phakathi kwami nabo, ukuze bazi ukuthi nginguSimakade obangcwelisayo.


angcweliswe amasabatha ami, abe yisibonakaliso phakathi kwami nani, ukuze nazi ukuthi nginguSimakade uNkulunkulu wenu.”


Ngokunjalo-ke, iNdodana yomuntu iyiNkosi ngisho neyesabatha imbala.”


UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe yini ukwenza okuhle noma okubi ngesabatha, ukusindisa noma ukubulala na?”


Uma umuntu emukela ukusoka ngeSabatha ukuze kungeqiwa umthetho kaMose, pho kungani ningithukuthelele ngokuba ngisindise umuntu ngeSabatha na?


Ngokuba konke kwenzelwe nina, ukuze umusa ngesikhathi wenabela kubantu abaningi, kwande ukubonga kwabo, kube ludumo kuNkulunkulu.


“ ‘Gcina usuku lwesabatha, ulungcwelise, njengalokhu uSimakade uNkulunkulu wakho ekuyalile.


kepha usuku lwesikhombisa luyisabatha likaSimakade uNkulunkulu wakho; awuyukusebenza msebenzi ngalo, wena nendodana yakho, nendodakazi yakho, nenceku yakho, nencekukazi yakho, nenkabi yakho, nembongolo yakho, nayo yonke imfuyo yakho, nomfokazi ophakathi kwamasango akho, ukuze inceku yakho nencekukazi yakho baphumule njengawe.


Ngakho-ke makungabi bikho muntu onehlulela ngokudla, nangokuphuzwayo, noma ngemikhosi, noma ngokwethwasa kwenyanga noma ngamasabatha,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka