Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 10:26 - IsiZulu 2020

26 Bamangala kakhulu, omunye wathi komunye: “Pho ngubani ongasindiswa na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bamangala kakhulu, bathi omunye komunye: “Pho, kungasindiswa bani na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Basebemangala kakhulukazi, bakhulumisana besithi: Pho kungasindiswa bani?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Basebemangala kakhulukazi, bakhulumisana besithi: Pho kungasindiswa bani?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 10:26
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kulula ukuba ikameli lingene ngembobo yosungulo, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”


UJesu wababuka, wayesethi kubo: “Lokho akunakwenzeka kubantu, kepha kuNkulunkulu akunjalo, ngokuba kuNkulunkulu konke kungenzeka.”


Wayesekhwela esikebheni ababekuso, umoya wanqamuka; bamangala kakhulu impela phakathi kwabo.


Bamangala ngokwedlulele, bathi: “Wenze konke kahle; izithulu uzenza zizwe, nezimungulu zikhulume.”


Umuntu othile wayesethi kuye: “Nkosi, bayingcosana yini abasindiswayo na?” UJesu wathi kubo:


Abakuzwayo lokho base bethi: “Pho kuyakusindiswa bani na?”


Bona bathi: “Kholwa yiNkosi uJesu, yikhona uzakusindiswa, wena nendlu yakho.”


Bayizikhonzi zikaKhristu na? Ngikhulumisa okohlanya, ngokuba mina ngiyisikhonzi ukwedlula bona. Ngasebenza ngokuzikhandla okukhulu kunabo, ngaboshwa izikhawu eziningi kunabo, ngashaywa kaningi impela, ngaba phakathi kokufa kaningi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka