Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 22:25 - IsiZulu 2020

25 Kwakukhona-ke ngakithi izelamani eziyisikhombisa. Owokuqala waganwa, wafa engenamntwana, umkakhe wangenwa ngumfowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kwakukhona-ke kithi izelamani eziyisikhombisa: owokuqala waganwa, wafa; engenanzalo washiya umkakhe kumfowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kwakukhona kithi izelamani eziyisikhombisa; owokuqala esethethe umfazi, wafa, engenanzalo, watshiya umkakhe kumfowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwakukhona kithi izelamani eziyisikhombisa; owokuqala esethethe umfazi, wafa, engenanzalo, watshiya umkakhe kumfowabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 22:25
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

bathi: “Mfundisi, uMose wathi: ‘Uma umuntu efa engazele bantwana, umfowabo makamngene umkakhe, amvusele umfowabo umuzi.’


Kanjalo nowesibili nowesithathu, kwaze kwaba kowesikhombisa.


Njengokuba futhi kumisiwe ukuba abantu bafe kanye, emva kwalokho kube ngukwehlulelwa,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka