Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 22:18 - IsiZulu 2020

18 UJesu, ebazi ububi babo, wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha uJesu ebazi ububi babo wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 22:18
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha uJesu ekwazi lokho wasuka lapho. Abaningi bamlandela, wabaphilisa bonke.


Kwase kusondela kuye abaFarisi, bamlinga bathi: “Kuvunyelwe yini ukuba indoda ilahle umkayo noma ngaliphi icala na?”


Ngakho-ke sitshele ukuthi yikuphi okulungile. Kuvunyelwe yini ukukhokha intela kuKhesari noma qha na?”


Ngitshengiseni uhlamvu lwemali yokuthela.” Base bemkhombisa udenariyu.


Wabuye wathumela enye futhi; yona bayibulala nezinye eziningi. Ezinye bazishaya, ezinye bazibulala.


UJesu wakwazi ngaleso sikhathi emoyeni wakhe ezazidlinza ngakho, wayesethi kuzo: “Nidlinzelani ngalokhu ezinhliziyweni zenu na?


Kwase kusukuma isazimthetho esithile, samlinga sathi: “Mfundisi, ngizakwenzani ukuba ngidle ifa lokuphila okuphakade na?”


Kepha uJesu eqonda ubuqili babo, wathi kubo:


Kepha uJesu eyazi imidlinzo yabo, waphendula, wathi kubo: “Nidlinzelani ezinhliziyweni zenu na?


UJesu eyazi impikiswano esenhliziyweni yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe,


Wayengadingi futhi ukuba atshelwe ngomuntu, lokhu wayekwazi okungaphakathi kumuntu.


Babekusho lokhu bemlinga, ukuze babe notho lokummangalela. Kepha uJesu wakhothama, waloba ngomunwe emhlabathini.


Kepha uPhethro wathi kuye: “Kungani nivumelene ngokulinga uMoya weNkosi na? Uyabona-ke, izinyawo zabangcwabe umyeni wakho zisemnyango, nawe-ke bazakukukhiphela phandle.”


Ngiyakubulala abantwana bakhe ngokufa; onke amabandla ayakukwazi ukuthi nginguye ophenya izingqondo, nezinhliziyo, futhi ngiyakumnika, yilowo nalowo wenu, ngokwemisebenzi yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka