Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 20:27 - IsiZulu 2020

27 Nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu makabe yinceku yenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 20:27
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuzithoba njengalo mntwana, nguyena omkhulu embusweni wezulu.


Nokho akuyukuba njalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu, makabe yisikhonzi senu.


njengalokhu iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza nokunikela ngokuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”


Kepha akunjalo kinina; kodwa omkhulu kini, makabe njengomncinyane; nongumholi, abe njengesisebenzi.


Nginomthwalo omkhulu emahlombe ami ngamaGriki nabezizwe, kwabahlakaniphileyo nakwabayiziwula.


Ngokuba ngicabanga ukuthi angehluke ngalutho kulabo baphostoli abaziwa kakhulu.


Kepha ngizakunikela ngokujabula okukhulu, nginikele ngakho konke, nangami uqobo, ngenxa yemiphefumulo yenu. Pho uma nginithanda kakhulu ngabe kufanele mina ngithandwe kancane yini na?


Ngokuba asizishumayeli thina, kodwa sishumayela uJesu uKhristu eyiNkosi, nathi siyizikhonzi zenu ngenxa kaJesu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka