Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 20:16 - IsiZulu 2020

16 “Kanjalo-ke abokugcina bayakuba ngabokuqala; abokuqala babe ngabokugcina.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 20:16
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha abaningi abangabokuqala bayakuba ngabokugcina, nabangabokugcina bayakuba ngabokuqala.”


“Iyiphi kula madodana amabili eyenza intando kayise na?” Bathi kuye: “Eyokuqala.” UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: abathelisi nezifebe bangena ngaphambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.


“Ngokuba baningi ababiziweyo, kodwa bayingcosana abakhethiweyo.”


“Ngenani ngesango elincane, ngokuba libanzi isango, inkulu nendlela eholela ekubhujisweni; baningi abangena khona.


Kepha abaningi abangabokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina bayakuba ngabokuqala.”


Ngokuba ngithi kini: akukho namunye kulabo abamenyiweyo oyakukuthi mbibi ukudla kwedili lami.”


Ngithi kini: kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangama-99 abangakudingi ukuphenduka.


Ngenxa yalokho, ngithi kuwe: izono zakhe eziningi zithethelelwe, ngokuba uveze uthando olukhulu. Kepha lowo othethelelwe okuncane, uthanda kancane.”


Kepha umthetho wangena ukuze kwande isiphambeko, kodwa lapho kuvama khona isono, kwavama kakhulu umusa ngokwedlulele,


labo abamisile ngaphambilini, ubabizile futhi; labo ababizile, ubalungisisile futhi; labo abalungisisile, ubakhazimulisile futhi.


Pho sesiyakuthini na? Siyakuthi abezizwe abangakufunisisanga ukulunga bafumene ukulunga, ukulunga okutholakala ngokukholwa.


Ngenxa yalokhu, nathi sibonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba nithe ukulamukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengoba liyizwi likaNkulunkulu isibili, elisebenza kini nina enikholwayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka