Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 18:5 - IsiZulu 2020

5 Nalowo oyakwemukela umntwana onje abe munye ngegama lami, uyangamukela Mina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Nalowo oyakwamukela umntwana onje abe munye ngegama lami uyangamukela mina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Nalowo owemukela umntwana omncane onje ngegama lami uyangamukela mina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nalowo owemukela umntwana omncane onje ngegama lami uyangamukela mina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 18:5
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuzithoba njengalo mntwana, nguyena omkhulu embusweni wezulu.


“Kepha okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe elikhulu lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, azikiswe ekujuleni kolwandle.


“INkosi iyakuphendula, ithi kubo: ‘Ngiqinisile ngithi kini, njengokuba nakwenza lokho kulaba bafowethu abancane, nakwenza kimi uqobo.’


“INkosi iyakubaphendula, ithi: ‘Ngiqinisile ngithi kini: lokhu eningakwenzanga komunye walabo abancinyane, anikwenzanga kimi uqobo.’


Ngokuba yilowo nalowo ocelayo uyamukeliswa, nofunayo uyafumana, nongqongqothayo uzakuvulelwa.


“Yilowo nalowo owamukela abe munye kubantwana abanje ngegama lami, uyangamukela Mina. Ongamukelayo, akamukeli Mina nje, kodwa wamukela ongithumileyo.”


Yilowo nalowo oniphuzisa inkezo yamanzi ngegama lami ngokuba ningabakaKhristu, ngiqinisile ngithi kini: akasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe.


wathi kubo: “Yilowo nalowo oyakwamukela lo mntwana egameni lami, wamukela Mina; ongamukelayo Mina, uyamamukela nongithumileyo, ngokuba omncinyane kini nonke nguye omkhulu.”


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: owamukela noma ngubani engimthumileyo, wamukela Mina; owamukela Mina, wamukela ongithumileyo.”


nanxa ubuthaka bami babuyijoka kini, kodwa anizange ningicunukele noma ningenyanye. Nangamukela ngokungathi ngiyingelosi kaNkulunkulu, kwangathi nginguKhristu uqobo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka