Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 17:18 - IsiZulu 2020

18 UJesu wayeselikhuza idimoni, laphuma kuyo; umfana wasinda ngaleso sikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UJesu wayeseyikhuza, idemoni laphuma kuyo; umfana waphulukiswa kusukela kuleso sikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 UJesu wamkhuza idemoni; waphuma kuye; umntwana waphulukiswa kusukela ngaleso sikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UJesu wamkhuza idemoni; waphuma kuye; umntwana waphulukiswa kusukela ngaleso sikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 17:18
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwase kulethwa kuye onamadimoni, eyimpumputhe futhi eyisimungulu; wamphulukisa, waze wabona, wakhuluma lo obeyisimungulu.


Khona uJesu waphendula, wathi kuye: “Awu mame, kukhulu ukukholwa kwakho; makwenzeke kuwe njengokuthanda kwakho.” Indodakazi yakhe yasinda ngaleso sikhathi.


UJesu waphendula wathi: “Maye, kinina, sizukulwane esingakholwayo nesiphambeneyo; kuyoze kube nini nginani na? Kuyoze kube nini nginibekezelela na? Yiletheni lapha kimi.”


Abafundi base beya kuJesu bebodwa, bathi: “Kungani thina singakwazanga ukulikhipha idimoni na?”


UJesu waphenduka, wambona, wathi: “Yima isibindi, ndodakazi; ukukholwa kwakho kukusindisile.” Owesifazane wasinda ngaleso sikhathi.


Waphilisa abaningi ababephethwe yizifo ezinhlobonhlobo, wakhipha amadimoni amaningi; akawavumelanga amadimoni ukuba akhulume, ngokuba ayemazi.


UJesu wathi kuye: “Phuma kulo muntu, moya ongcolileyo!”


Kwaphuma amadimoni kwabaningi, ememeza ethi: “Wena uyiNdodana kaNkulunkulu.” Kepha wawakhuza, kawavumelanga ukuba akhulume, ngokuba ayemazi ukuthi unguKhristu.


ngokuba uJesu wayesewuyalile lo moya omubi ukuba uphume kulo muntu. Izikhathi eziningi, lo moya wawusumbambe kaningana, kwale noma eseboshwe ngozankosi nangamaketango ezinyaweni, eqashelwe. Wayezigqabula izibopho; wayeqhutshwa yilawo madimoni, amuyise ehlane.


Kuthe iseza, idimoni layiqumba phansi, layihlukumeza kakhulu; uJesu wawukhuza umoya ongcolileyo, umfana waphiliswa, wayesembuyisela kuyise.


Yakwenza lokhu izinsuku eziningi, kodwa uPawula esecasukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala egameni likaJesu uKhristu ukuba uphume kuyo.” Waphuma ngaso leso sikhathi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka