Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 15:33 - IsiZulu 2020

33 Abafundi bathi kuye: “Pho singazitholaphi lapha ehlane izinkwa eziningi ezingenela isixuku esingaka na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Bathi kuye abafundi: “Singazitholaphi ehlane izinkwa ezingaka zokuba kusuthe isixuku esingaka na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 15:33
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuthe selishonile, abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Le ndawo iyihlane futhi nelanga selizilahle kunina; tshela izixuku zihambe ziye emizaneni, ziyozithengela ukudla.”


UJesu wababiza abafundi bakhe, wathi: “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu sihleli nami, singenakho esingakudla. Angithandi ukubamukisa belambile, funa baphelelwe ngamandla endleleni.”


UJesu wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa, nezinhlanzana ezimbalwa.”


Wayesephendula, ethi kubo: “Bapheni nina ukudla.” Bathi kuye: “Sihambe yini siyothenga izinkwa zodenariyu abangama-200, sibaphe badle na?”


Wathi kubo: “Bapheni nina ukudla.” Kepha bathi: “Esinakho yizinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili kuphela, ngaphandle-ke uma singahamba siyothengela bonke laba bantu ukudla.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka