Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 11:30 - IsiZulu 2020

30 Ngokuba ijoka lami alinzima, nomthwalo wami ulula.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 11:30
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izindlela zakho ziyizindlela zobumnandi; yonke imikhondo yakho ingukuthula.


Wena muntu, uSimakade ukutshelile ukuthi kuyini okuhle, nokuthi uSimakade ufunani kuwe, ukuthi wenze ubulungiswa, uthande ukwethembeka, uhambe ngokuthobeka kanye noNkulunkulu wakho.


Ngaleso sikhathi uJesu wadabula emasimini kakolo ngosuku lwesabatha. Abafundi bakhe babelambile, baqala ukukha izikhwebu, badla.


“Lokho ngikukhulume kini ukuba nibe nokuthula ngami. Emhlabeni niyakuba lusizi, kodwa yimani isibindi, Mina ngiwunqobile umhlaba.”


Ngakho-ke kungani manje nilinga uNkulunkulu ngokuthi nibeke ijoka entanyeni yabafundi, obaba kanye nathi esingabanga namandla okulithwala na?


Ngokuba kube kuhle kuMoya oNgcwele nakithi ukuba singanethwesi mthwalo ngaphezu kwalokho okumele nikwenze:


Ngokuba usizi lwethu oluncane lwesikhashana lusilungisela inkazimulo enkulu yaphakade, engenakulinganiswa.


UKhristu wasikhulula ukuze sibe ngabakhululekileyo. Ngakho-ke yimani niqine, ningabe nisaboshelwa ejokeni lobugqila.


Kepha uma niholwa nguMoya, anikho neze phansi komthetho.


Ngingakwenza konke ngaye ongiqinisayo.


Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba siyigcine imiyalo yakhe, futhi imiyalo yakhe ayinzima.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka