Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KwabaseFilipi 2:28 - IsiZulu 2020

28 Ngakho-ke ngizimisele kakhulu ukuba ngimthumele kini, ukuze kuthi nxa senimbona futhi nithokoze, nakimi lunciphe usizi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ngalokho ngakhuthalela kakhulu ukumthuma, ukuze kuthi nxa senimbona futhi nithokoze, kimi kunciphe usizi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Ngakho-ke ngakhuthalela kakhulu ukumthuma, ukuze kuthi, nxa senimbona futhi, nithokoze, nomunyu nami nginciphe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngakho-ke ngakhuthalela kakhulu ukumthuma, ukuze kuthi, nxa senimbona futhi, nithokoze, nomunyu nami nginciphe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KwabaseFilipi 2:28
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Israyeli wathi kuJosefa: “Ngangingasalindele ukuthi ngiyophinde ngibubone ubuso bakho. Manje bheka, uNkulunkulu ungivumele ukuba ngibone ngisho nabantwana bakho imbala.”


Nani-ke nilusizi manje, kodwa ngiyakubuye nginibone, inhliziyo yenu ithokoze; futhi akekho onganephuca intokozo yenu.


belusizi kakhulu ngezwi alisho kubo elithi abasayukubuye babubone ubuso bakhe. Bamphelezela, baya emkhunjini.


Ngilobe lezi zinto, ukuze kuthi uma ngifika, ngingezwiswa ubuhlungu yilabo obekufanele ngithokoze ngabo. Nginesibindi ngani nonke ukuthi ukuthokoza kwami kungokwenu nonke.


Ngakho-ke mamukeleni eNkosini ngokuthokoza okupheleleyo, abanjalo-ke nibahloniphe,


ngilangazelela ukukubona; ngikhumbula izinyembezi zakho, ukuze ngigcwaliswe ngentokozo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka