KumaHeberu 8:9 - IsiZulu 20209 esingafani nesivumelwano engasenza nokhokho babo mhla ngibabamba ngesandla ngibakhipha eGibhithe; ngokuba abasigcinanga isivumelwano sami, nami angibanakanga,” kusho iNkosi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 kungenjengesivumelwano engasenzayo nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe, ngokuba abahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanakanga, isho iNkosi. Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible9 Hhayi njengesivumelwano engasenza nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe; ngokuba bengahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanaka,” usho uJehova. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Hhayi njengesivumelwano engasenza nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe; ngokuba bengahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanaka,” usho uJehova. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wathi kuMose: “Bheka, ngenza isivumelwano phambi kwabo bonke abantu bakho. Ngiyokwenza izimangaliso phambi kwabo bonke abantu bakho, ezingakaze zenziwe emhlabeni wonke, naphakathi kwezizwe zonke. Bonke abantu enihlala phakathi kwabo bayokuwubona umsebenzi kaSimakade, ngokuba kuyinto eyesabekayo lokhu engizokwenza ngawe.