Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 11:11 - IsiZulu 2020

11 Ngokukholwa, naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa esedlulelwe yisikhathi, ngokuba wathi ukholekile owethembisayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa esedlulelwe yisikhathi, ngokuba wathi ukholekile owethembisayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa, esedlulelwe yisikhathi, wabeletha, ngokuba wathi ukholekile owethembisileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa, esedlulelwe yisikhathi, wabeletha, ngokuba wathi ukholekile owethembisileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 11:11
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha owesifazane wakhulelwa, wazala indodana ngaleso sikhathi ngonyaka olandelayo njengoba u-Elisha ayeshilo kuye.


Phela u-Elizabethe, isihlobo sakho, obekuthiwa inyumba naye ukhulelwe indodana esemdala; le yinyanga yakhe yesithupha.


Lokhu kusho ukuthi akusibo abantwana ngokwenyama abangabantwana bakaNkulunkulu, kodwa labo abangabantwana besithembiso, yibo ababizwa ngabolibo.


Kepha eyesigqilakazi yayizelwe ngokwenyama, kodwa eyokhululekileyo izelwe ngokwesithembiso.


Masibambisise isivumo sethemba lethu; singantengantengi, ngokuba uthembekile lowo owethembisayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka