Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 4:5 - IsiZulu 2020

5 Ngakho-ke wafika eSamariya emzini okuthiwa yiSikhari, eduze nesiqinti uJakobe asinika uJosefa, indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Khona wafika emzini waseSamariya ogama lawo yiSikhari, eduze nesiqinti uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wayesefika emzini waseSamariya othiwa iSikhari, eduze nesiqephu sensimu uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wayesefika emzini waseSamariya othiwa iSikhari, eduze nesiqephu sensimu uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 4:5
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathenga isiqinti kuleyo nsimu ayegobe kuyo amadlangala, emadodaneni kaHamori, uyise kaShekhemu; sasibiza ikhulu lezinhlamvu zesiliva zenani eliphezulu.


Wena-ke ngikwabela okuthe xaxa kunabafowenu; ingxenye engayithatha ezandleni zama-Amori ngenkemba nangomnsalo wami.”


Ngokuba izwi alimemezelayo ngokusho kukaSimakade kulo i-althare eBhethele nakuzo zonke izindlu zezindawo eziphakemeyo ezisemizini eSamariya, impela liyokwenzeka.”


Wathumela izithunywa, zamendulela; zahamba, zangena emzini wamaSamariya ukuba zimlungiselele.


Ngabe Wena umkhulu yini kunokhokho wethu uJakobe owasipha lo mthombo, waphuza kuwo, yena namadodana akhe nemihlambi yakhe na?”


AmaSamariya amaningi alowo muzi akholwa kuJesu ngenxa yezwi lowesifazane owafakaza, wathi: “Ungitshele konke engikwenzileyo.”


Kwakukhona umthombo kaJakobe lapho. Ngakho-ke uJesu esekhathele ukuhamba, wahlala ngasemthonjeni. Kwakungaba yihora lesithupha.


Abafundi bakhe babesahambile beyothenga ukudla emzini.


Amathambo kaJosefa ayekhushulwe ngabakwa-Israyeli eGibhithe, bawangcwaba eShekhemi esiqeshini somhlaba esasithengwe nguJakobe emadodaneni kaHamori, uyise kaShekemi, ngamakesita ayikhulu, saba yifa labantu bakwaJosefa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka