Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 4:35 - IsiZulu 2020

35 Anejwayele yini ukuthi sekusele izinyanga ezine kuvunwe. Lalelani-ke, ngithi kini: phakamisani amehlo enu nibone ukuthi amasimu asemhlophe, alungele ukuvunwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Anisho yini ukuthi izinyanga zisezine kufike ukuvuna na? Bhekani, ngithi kini: Phakamisani amehlo enu, nibone ukuthi amasimu asemhlophe, aselungele ukuvunwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Anisho yini ukuthi: Kusasele izinyanga ezine, kufike ukuvuna na? bhekani, ngithi kini: Phakamisani amehlo enu, nibuke amasimu; ngoba asemhlophe alungele ukuvunwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Anisho yini ukuthi: Kusasele izinyanga ezine, kufike ukuvuna na? bhekani, ngithi kini: Phakamisani amehlo enu, nibuke amasimu; ngoba asemhlophe alungele ukuvunwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 4:35
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Phakamisa amehlo akho ubuke nxazonke, bonke bayaqoqana, beza kuwe; ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade, “impela uyakubagqoka bonke njengemvunulo, ubabhince njengomakoti.


Baphuma emzini, beza kuJesu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka